unsukumbili umuthi wenzani nsukumbili umuthi uses welapha ini unsukumbili

what is nsukumbili

NSUKUMBILI uyasebenza isikhathi esiningi emithini yokwelapha eminingi amaqabunga (leaves) iwona asebenzayo, uhla lwezinto ezelashwa ngonsukumbili: isilonda, ukusha, nokusikeka. uwusebenzisa kanjani unsukumbili? ugaye uwushise ube yinsizi ufake amafutha engulube ugcobise isilonda sizophela ngokushesha isilonda esikuhluphayo. Uphinde usize Uma kuvuvukala izinsini (gums) wenze uphuze. Amaqabunga ka nsukumbili ayagaywa acoliseke kakhulu uwabheme Uma uphethwe yikhanda

nsukumbili umuthi uyasebenza lapho ufuna ukuba mnandi kumuntu othandana naye, uyawuphuza , omunye uwufake kuwena ngaphambili bese uvakashela isithandwa sakho, lapha usuke uthakwe neminye imithi ukuze usebenze. Unsukumbili welapha izifo egazini.

Nsukumbili

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?